SlideShare a Scribd company logo
1 of 24
1
IZINKONDLO
Ubunkondlo
By Salome Tshabangu
INKONDLO NESAKHIWO
SAYO
Isakhiwo Sangaphandle
– Indinyana/isigaba (Stanza)
– Imvumelwano (rhyme)
– Isigqi (rhythm)
– Ukuphinda amaphethini (Repetition)
– Impindwa (Refrain)
– Ifanamsindo (Alliteration)
2
INDINYANA (STANZA)
– Indinyana yethula umqondo nomyalezo owodwa
enkondlweni. Indinyana ingaba nemigqa:
– emibili (Couplet)
– emathathu (trecet)
– emine (quantrain)
– emihlanu (quintet)
– eyisithupha (sestet)
– eyisikhombisa (septet)
– neyisishiyagalombili (octet)
3
Imvumelwano (rhyme)
– Imvumelwano-sigcino
ab, ab, cc noma ab; ab; cc; dd
– Imvumelwano-siqala
Imvumelwano-maphakathi
• Ngema ngakhexa ngalalela
4
Cula Ngizwe
Cula ngizwe Moya,
Khona ngizolala sengozela,
Ngoba ngibona kuqhaqhazela
Imith’ eluhlaza!
Ngichazele ngezimangaliso
Nangobuhle nezifanekiso
Nangothand’ olusha
Noludal’ olungenamongo,
Nokuthul’ okungenabuthongo
Bungizume phansi.
5
Inhliziyo yam’ izokwethaba,
Ukuqaqamb’ okunokwesaba,
Kuyawuthiy’ umqondo.
Ngilethel’ ukuzotha kokuhlwa
Okungaphazanyiswa nje ngumuhlwa
Uququd’ udonga.
6
ISIGQI (RHYTHM)
– Izinkondlo zabase-Afrika zibanesigqi lapho imbongi
isebenzisa imigqa engalingani nokho kube nokuhambisana
komqondo owethulwa kuleyo nkondlo.
– Isigqi siveza umoya othile enkondlweni njengokuthukuthela
noma ukukhathazeka.
7
Isigqi sezinkondlo
zabamhlophe
Twinkle, twinkle, little star,
How I wonder what you are.
Up above the world so high,
Like a diamond in the sky.
8
Isigqi ezinkondlweni
zabomdabu
– Udlondlwane luya luhlezi,
– Luya ludlondlobele
– Luyadla lubek’ isihlang’ emadolweni.
– Isidlukula dlwedlwe.
– Uhlany’ olusemehlwe’ amadoda.
9
Ukuphinda amaphethini
Ukuxhumana kwemiqondo (parallelism)
– ukuxhumana-siqalo (initial linking)
– Ngezwa kuthiwa le misebenzi ngeyakho
– Ngezwa bekuntinyela ngezindosi zamazwi
– ukuxhumana-sigcino (final linking)
– Umshayeli wenqol’udl’ ezimnyama,
– Edlinzeni lakhe kubus’ ubumnyama,
10
Ukuxhumana
ngokuphambanisa
Ukuxhumana okuyinxemu/okutshekile
– Ngema ngakhexa ngalalela
– Ngalalel’ iminjunju yenhliziyo
– Ukuxhumanisa okuyisiphambano
– Ibhubesi lasukela indoda,
– Indoda yaligwaza ibhubesi.
11
– Ukuxhumanisa ngokuhlela amagama
– Unjengethishelakazi phambi kwezichwe
– Unjengomfundisi phambi kwebandla
(uNyazi 3 Ikhasi 49)
12
UKUPHINDA AMAPHETHINI
– IMPINDWA (REFRAIN)
IFANAMSINDO
– Udlondlwane luya luhlezi,
– Luya ludlondlobele
– Luyadla lubek’ isihlang’ emadolweni.
– Isidlukula dlwedlwe.
– Uhlany’ olusemehlwe’ amadoda.
13
ISAKHIWO
SANGAPHAKATHI
– Imifanekiso yomqondo
– Isifaniso (simile)
– Isingathekiso (metaphor)
– Uphawu (symbolism)
– Ukwenzasamuntu (personification)
14
ILANGA - DBZ NtuliInkunzi ebomvu, uNompondompondo,
Oqhamuke amavukana akhwica amashobana,
Ayosobela kwaSibhakabhaka,
Ngoba engenakuphika nkani.
UMaqhamuka akhonye kwaMpumalanga,
Bathi kukhonya kuni khona lokhu,
Esikuzwe kungena ngamehlo,
Izinkunzana zonkana zikhonya ngamaphinjwana?
Phinde, ngiyaphika, akusinkunzi,
Ngamajininindi.
15
I wandered lonely as a cloud
That floats on high o'er vales and hills,
When all at once I saw a crowd,
A host, of golden daffodils;
Beside the lake, beneath the trees,
Fluttering and dancing in the breeze.
Continuous as the stars that shine
And twinkle on the milky way,
They stretched in never-ending line
Along the margin of a bay:
Ten thousand saw I at a glance,
Tossing their heads in sprightly dance.
16
Ukujula Ngenkondlo
– Kuyenzeka ufunde inkondlo ethile uthole umqondo wayo
uphelele. Kodwa lapho usuyihlolisisa uthole ukuthi
iqukethe omunye umqondo.
– Kungakhulunywa ngelanga kanti kube kubhekiswe kumuntu
ongumholi.
17
Umoya Osenkondleni
– Imbongi ingabhala inkondlo ngoba ithintekile ngokuthile.
Kungakho ungathi lapho ufunda inkondlo yayo uzizwe nawe
udumala, noma ujabula noma uzizwe uba nothando
oluthile.
– Ngakho-ke kumele inkondlo ivuse imizwa ethile.
– Bheka ezinkondlweni zakho ukuthi lokho kwenziwe
ngempumelelo yini?
18
Izinhlobo zezinkondlo
zesimanje
Ilirikhi (lyric)
– Ilirikhi uhlobo lwenkondlo equkethe imizwa yomlobi.
– Kulolu hlobo imbongi/umlobi ukhululekile ukusho noma
yini ayizwayo.
– Ngenxa yobuhle belirikhi kwaze kwaba uhlobo lwenkondlo
eculwayo. Ezilimini zabaMhlophe yayibhalwa ibe nesigqi
ukuze kubelula ukuyicula.
19
Izinhlobo zezinkondlo
zesimanje
– I-eleji (elegiac verse)
– I-eleji inkonldo esivezela isililo sembongi kakhulukazi
ngomuntu othize oshonile.
– Kulolu hlobo lwenkondlo kulula ukuthola isimo sembongi
kanye nemizwa yayo.
– Okunye okungavela kungaba yindlela imbongi ikhumbula
ngayo isihlobo sayo esingasekho.
– Ngendlela imbongi ibalisa ngayo kungaze kuvele usizi
oluthize.
20
Izinhlobo zezinkondlo
zesimanje
– I-ephiki (epic)
– I-ephiki inkondlo exoxa indaba esamlando.
– Kungaba khona izehlakalo ezithize ezibekwe ngendlela
yobunkondlo.
– Uhlobo olunje aluvamisile esiZulwini. Nokho uma sibheka
izibongo zamakhosi siyazithola izimpawu ezithize ze-ephiki.
Kwesinye isikhathi indaba exoxwayo iba yindida.
Kungalandwa izigameko ngendlela umlobi abona ngayo
izinto.
21
Izinhlobo zezinkondlo
zesimanje
– Isonethi (sonnet)
– Isonethi inkondlo evamise ukuba nemigqa eyi-14.
– Isonethi ejwayelekile eyase Ntaliyane. Le sonethi
ihlukaniswe izigaba ezimbili. Imigqa yokuqala eyi-8 kanye
nemigqa yesibili eyi-6. Imvamisa imigqa yokuqala iqukethe
umqondo ohlukile emqondweni wesibili
– abab, cdcd, efef, gg.
– abab, bcbc, cdcd, ee.
22
Izinhlobo zezinkondlo
zesimanje
– Izibongo zesimanje
– Izibongo zesimanje zilandela indlela yokubhala izinkondlo
zesimanje.
– Izibongo ziyahlelwa ukuze kube khona lowo mgqumo kanye
nemvumelwano.
– Izibongo zesimanje zibhalwa phansi kukhethwe amagama
ngobuciko, kanti izibongo zakudala zibonisa ubuciko
bemvelo
23
Izinhlobo zezinkondlo
zesimanje
– Umbhinqo (Satire)
– Lolu hlobo lwenkondlo lugxeka isimilo noma ukuziphatha
komuntu othize.
– Kwesinye isikhathi kungagxekwa noma yini engahambisani
nezinto ezibalulekile ezivumelana nenhlalo yabantu.
– Lokhu kugxeka kuqonde ukukhuza leyo ndlela
engavumelekile. Ziningi izindlela zokubhala lolu hlobo
lwezinkondlo
24

More Related Content

What's hot (20)

Imifanekisomqondo
ImifanekisomqondoImifanekisomqondo
Imifanekisomqondo
 
Izinkondlo
IzinkondloIzinkondlo
Izinkondlo
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
iSIZULU
iSIZULUiSIZULU
iSIZULU
 
Izibongo zamakhosi
Izibongo zamakhosiIzibongo zamakhosi
Izibongo zamakhosi
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Ubuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandahUbuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandah
 
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
 
Ukufingqa
UkufingqaUkufingqa
Ukufingqa
 
Imikhakha
ImikhakhaImikhakha
Imikhakha
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
 
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Ukuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswaUkuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswa
 

Viewers also liked

NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibekoNDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibekoLovemore Malaki
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisalaurencia Motloung
 
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziNhlanhla Maseko
 
No.134 Uthando Olungummangaliso
No.134 Uthando OlungummangalisoNo.134 Uthando Olungummangaliso
No.134 Uthando Olungummangalisoukristuengomeni
 
PresentaciĂłn Jenkins
PresentaciĂłn JenkinsPresentaciĂłn Jenkins
PresentaciĂłn Jenkinsleylyss
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.Celumusa Nkabinde
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelThuli Zungu
 
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluEminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluThendayi
 

Viewers also liked (12)

Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibekoNDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
 
Imbongi zika zulu
Imbongi zika zuluImbongi zika zulu
Imbongi zika zulu
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
 
No.134 Uthando Olungummangaliso
No.134 Uthando OlungummangalisoNo.134 Uthando Olungummangaliso
No.134 Uthando Olungummangaliso
 
PresentaciĂłn Jenkins
PresentaciĂłn JenkinsPresentaciĂłn Jenkins
PresentaciĂłn Jenkins
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
 
Imbongi zalamuhla
Imbongi zalamuhlaImbongi zalamuhla
Imbongi zalamuhla
 
No.56
No.56No.56
No.56
 
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluEminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
 

Similar to Izinkondlo1(2)

Poetry notes
Poetry notesPoetry notes
Poetry notesjulieha
 
Dylan & jennifer poetic structure
Dylan & jennifer poetic structureDylan & jennifer poetic structure
Dylan & jennifer poetic structureaplitper7
 
Poetic styles and forms
Poetic styles and formsPoetic styles and forms
Poetic styles and formsaplitper7
 
Elements of poetry
Elements of poetryElements of poetry
Elements of poetrycoachjyeager
 
Outline of literary forms based on philippine historical
Outline of literary forms based on philippine historicalOutline of literary forms based on philippine historical
Outline of literary forms based on philippine historicalJesullyna Manuel
 
10x100 story - ajab Shahar
10x100 story - ajab Shahar10x100 story - ajab Shahar
10x100 story - ajab ShaharSswaroop0205
 
Poetry Terminology
Poetry TerminologyPoetry Terminology
Poetry Terminologyslenerbell
 
Rhyme mini lesson
Rhyme mini lessonRhyme mini lesson
Rhyme mini lessonVikulya Moroz
 
Types of poetry presentation
Types of poetry presentationTypes of poetry presentation
Types of poetry presentationRAULFAN88
 
Different Types of Poetry
Different Types of PoetryDifferent Types of Poetry
Different Types of Poetryms_mcmanus
 
Poetry terms and Techniques
Poetry terms and TechniquesPoetry terms and Techniques
Poetry terms and TechniquesAixa Rodriguez
 
The sound of poetry
The sound of poetryThe sound of poetry
The sound of poetrycafeharmon
 
Elements of Poetry at Work
Elements of Poetry at WorkElements of Poetry at Work
Elements of Poetry at WorkRose Cruz
 
On your birthday
On your birthdayOn your birthday
On your birthdayMigdal Eden
 

Similar to Izinkondlo1(2) (20)

Poetry notes
Poetry notesPoetry notes
Poetry notes
 
Dylan & jennifer poetic structure
Dylan & jennifer poetic structureDylan & jennifer poetic structure
Dylan & jennifer poetic structure
 
Simile metaphor1
Simile metaphor1Simile metaphor1
Simile metaphor1
 
Presentation1
Presentation1Presentation1
Presentation1
 
Poetic styles and forms
Poetic styles and formsPoetic styles and forms
Poetic styles and forms
 
Elements of poetry
Elements of poetryElements of poetry
Elements of poetry
 
Outline of literary forms based on philippine historical
Outline of literary forms based on philippine historicalOutline of literary forms based on philippine historical
Outline of literary forms based on philippine historical
 
10x100 story - ajab Shahar
10x100 story - ajab Shahar10x100 story - ajab Shahar
10x100 story - ajab Shahar
 
Poetry Terminology
Poetry TerminologyPoetry Terminology
Poetry Terminology
 
Rhyme mini lesson
Rhyme mini lessonRhyme mini lesson
Rhyme mini lesson
 
Give
GiveGive
Give
 
Types of poetry presentation
Types of poetry presentationTypes of poetry presentation
Types of poetry presentation
 
Intro_Poetry G12.ppt
Intro_Poetry  G12.pptIntro_Poetry  G12.ppt
Intro_Poetry G12.ppt
 
Different Types of Poetry
Different Types of PoetryDifferent Types of Poetry
Different Types of Poetry
 
Poetry terms and Techniques
Poetry terms and TechniquesPoetry terms and Techniques
Poetry terms and Techniques
 
The sound of poetry
The sound of poetryThe sound of poetry
The sound of poetry
 
Poetry
Poetry Poetry
Poetry
 
Elements of Poetry at Work
Elements of Poetry at WorkElements of Poetry at Work
Elements of Poetry at Work
 
Y10 war poetry notes
Y10 war poetry notesY10 war poetry notes
Y10 war poetry notes
 
On your birthday
On your birthdayOn your birthday
On your birthday
 

Recently uploaded

Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...Jisc
 
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...JhezDiaz1
 
4.18.24 Movement Legacies, Reflection, and Review.pptx
4.18.24 Movement Legacies, Reflection, and Review.pptx4.18.24 Movement Legacies, Reflection, and Review.pptx
4.18.24 Movement Legacies, Reflection, and Review.pptxmary850239
 
ECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPT
ECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPTECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPT
ECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPTiammrhaywood
 
Field Attribute Index Feature in Odoo 17
Field Attribute Index Feature in Odoo 17Field Attribute Index Feature in Odoo 17
Field Attribute Index Feature in Odoo 17Celine George
 
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptxProudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptxthorishapillay1
 
ACC 2024 Chronicles. Cardiology. Exam.pdf
ACC 2024 Chronicles. Cardiology. Exam.pdfACC 2024 Chronicles. Cardiology. Exam.pdf
ACC 2024 Chronicles. Cardiology. Exam.pdfSpandanaRallapalli
 
Science 7 Quarter 4 Module 2: Natural Resources.pptx
Science 7 Quarter 4 Module 2: Natural Resources.pptxScience 7 Quarter 4 Module 2: Natural Resources.pptx
Science 7 Quarter 4 Module 2: Natural Resources.pptxMaryGraceBautista27
 
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️9953056974 Low Rate Call Girls In Saket, Delhi NCR
 
Like-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdf
Like-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdfLike-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdf
Like-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdfMr Bounab Samir
 
Gas measurement O2,Co2,& ph) 04/2024.pptx
Gas measurement O2,Co2,& ph) 04/2024.pptxGas measurement O2,Co2,& ph) 04/2024.pptx
Gas measurement O2,Co2,& ph) 04/2024.pptxDr.Ibrahim Hassaan
 
Q4 English4 Week3 PPT Melcnmg-based.pptx
Q4 English4 Week3 PPT Melcnmg-based.pptxQ4 English4 Week3 PPT Melcnmg-based.pptx
Q4 English4 Week3 PPT Melcnmg-based.pptxnelietumpap1
 
Keynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-design
Keynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-designKeynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-design
Keynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-designMIPLM
 
Roles & Responsibilities in Pharmacovigilance
Roles & Responsibilities in PharmacovigilanceRoles & Responsibilities in Pharmacovigilance
Roles & Responsibilities in PharmacovigilanceSamikshaHamane
 
Karra SKD Conference Presentation Revised.pptx
Karra SKD Conference Presentation Revised.pptxKarra SKD Conference Presentation Revised.pptx
Karra SKD Conference Presentation Revised.pptxAshokKarra1
 
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersDATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersSabitha Banu
 
Grade 9 Q4-MELC1-Active and Passive Voice.pptx
Grade 9 Q4-MELC1-Active and Passive Voice.pptxGrade 9 Q4-MELC1-Active and Passive Voice.pptx
Grade 9 Q4-MELC1-Active and Passive Voice.pptxChelloAnnAsuncion2
 
Full Stack Web Development Course for Beginners
Full Stack Web Development Course  for BeginnersFull Stack Web Development Course  for Beginners
Full Stack Web Development Course for BeginnersSabitha Banu
 

Recently uploaded (20)

Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
 
FINALS_OF_LEFT_ON_C'N_EL_DORADO_2024.pptx
FINALS_OF_LEFT_ON_C'N_EL_DORADO_2024.pptxFINALS_OF_LEFT_ON_C'N_EL_DORADO_2024.pptx
FINALS_OF_LEFT_ON_C'N_EL_DORADO_2024.pptx
 
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
 
4.18.24 Movement Legacies, Reflection, and Review.pptx
4.18.24 Movement Legacies, Reflection, and Review.pptx4.18.24 Movement Legacies, Reflection, and Review.pptx
4.18.24 Movement Legacies, Reflection, and Review.pptx
 
ECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPT
ECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPTECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPT
ECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPT
 
Field Attribute Index Feature in Odoo 17
Field Attribute Index Feature in Odoo 17Field Attribute Index Feature in Odoo 17
Field Attribute Index Feature in Odoo 17
 
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptxProudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
 
ACC 2024 Chronicles. Cardiology. Exam.pdf
ACC 2024 Chronicles. Cardiology. Exam.pdfACC 2024 Chronicles. Cardiology. Exam.pdf
ACC 2024 Chronicles. Cardiology. Exam.pdf
 
Science 7 Quarter 4 Module 2: Natural Resources.pptx
Science 7 Quarter 4 Module 2: Natural Resources.pptxScience 7 Quarter 4 Module 2: Natural Resources.pptx
Science 7 Quarter 4 Module 2: Natural Resources.pptx
 
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
 
Like-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdf
Like-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdfLike-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdf
Like-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdf
 
OS-operating systems- ch04 (Threads) ...
OS-operating systems- ch04 (Threads) ...OS-operating systems- ch04 (Threads) ...
OS-operating systems- ch04 (Threads) ...
 
Gas measurement O2,Co2,& ph) 04/2024.pptx
Gas measurement O2,Co2,& ph) 04/2024.pptxGas measurement O2,Co2,& ph) 04/2024.pptx
Gas measurement O2,Co2,& ph) 04/2024.pptx
 
Q4 English4 Week3 PPT Melcnmg-based.pptx
Q4 English4 Week3 PPT Melcnmg-based.pptxQ4 English4 Week3 PPT Melcnmg-based.pptx
Q4 English4 Week3 PPT Melcnmg-based.pptx
 
Keynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-design
Keynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-designKeynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-design
Keynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-design
 
Roles & Responsibilities in Pharmacovigilance
Roles & Responsibilities in PharmacovigilanceRoles & Responsibilities in Pharmacovigilance
Roles & Responsibilities in Pharmacovigilance
 
Karra SKD Conference Presentation Revised.pptx
Karra SKD Conference Presentation Revised.pptxKarra SKD Conference Presentation Revised.pptx
Karra SKD Conference Presentation Revised.pptx
 
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersDATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
 
Grade 9 Q4-MELC1-Active and Passive Voice.pptx
Grade 9 Q4-MELC1-Active and Passive Voice.pptxGrade 9 Q4-MELC1-Active and Passive Voice.pptx
Grade 9 Q4-MELC1-Active and Passive Voice.pptx
 
Full Stack Web Development Course for Beginners
Full Stack Web Development Course  for BeginnersFull Stack Web Development Course  for Beginners
Full Stack Web Development Course for Beginners
 

Izinkondlo1(2)

  • 2. INKONDLO NESAKHIWO SAYO Isakhiwo Sangaphandle – Indinyana/isigaba (Stanza) – Imvumelwano (rhyme) – Isigqi (rhythm) – Ukuphinda amaphethini (Repetition) – Impindwa (Refrain) – Ifanamsindo (Alliteration) 2
  • 3. INDINYANA (STANZA) – Indinyana yethula umqondo nomyalezo owodwa enkondlweni. Indinyana ingaba nemigqa: – emibili (Couplet) – emathathu (trecet) – emine (quantrain) – emihlanu (quintet) – eyisithupha (sestet) – eyisikhombisa (septet) – neyisishiyagalombili (octet) 3
  • 4. Imvumelwano (rhyme) – Imvumelwano-sigcino ab, ab, cc noma ab; ab; cc; dd – Imvumelwano-siqala Imvumelwano-maphakathi • Ngema ngakhexa ngalalela 4
  • 5. Cula Ngizwe Cula ngizwe Moya, Khona ngizolala sengozela, Ngoba ngibona kuqhaqhazela Imith’ eluhlaza! Ngichazele ngezimangaliso Nangobuhle nezifanekiso Nangothand’ olusha Noludal’ olungenamongo, Nokuthul’ okungenabuthongo Bungizume phansi. 5
  • 6. Inhliziyo yam’ izokwethaba, Ukuqaqamb’ okunokwesaba, Kuyawuthiy’ umqondo. Ngilethel’ ukuzotha kokuhlwa Okungaphazanyiswa nje ngumuhlwa Uququd’ udonga. 6
  • 7. ISIGQI (RHYTHM) – Izinkondlo zabase-Afrika zibanesigqi lapho imbongi isebenzisa imigqa engalingani nokho kube nokuhambisana komqondo owethulwa kuleyo nkondlo. – Isigqi siveza umoya othile enkondlweni njengokuthukuthela noma ukukhathazeka. 7
  • 8. Isigqi sezinkondlo zabamhlophe Twinkle, twinkle, little star, How I wonder what you are. Up above the world so high, Like a diamond in the sky. 8
  • 9. Isigqi ezinkondlweni zabomdabu – Udlondlwane luya luhlezi, – Luya ludlondlobele – Luyadla lubek’ isihlang’ emadolweni. – Isidlukula dlwedlwe. – Uhlany’ olusemehlwe’ amadoda. 9
  • 10. Ukuphinda amaphethini Ukuxhumana kwemiqondo (parallelism) – ukuxhumana-siqalo (initial linking) – Ngezwa kuthiwa le misebenzi ngeyakho – Ngezwa bekuntinyela ngezindosi zamazwi – ukuxhumana-sigcino (final linking) – Umshayeli wenqol’udl’ ezimnyama, – Edlinzeni lakhe kubus’ ubumnyama, 10
  • 11. Ukuxhumana ngokuphambanisa Ukuxhumana okuyinxemu/okutshekile – Ngema ngakhexa ngalalela – Ngalalel’ iminjunju yenhliziyo – Ukuxhumanisa okuyisiphambano – Ibhubesi lasukela indoda, – Indoda yaligwaza ibhubesi. 11
  • 12. – Ukuxhumanisa ngokuhlela amagama – Unjengethishelakazi phambi kwezichwe – Unjengomfundisi phambi kwebandla (uNyazi 3 Ikhasi 49) 12
  • 13. UKUPHINDA AMAPHETHINI – IMPINDWA (REFRAIN) IFANAMSINDO – Udlondlwane luya luhlezi, – Luya ludlondlobele – Luyadla lubek’ isihlang’ emadolweni. – Isidlukula dlwedlwe. – Uhlany’ olusemehlwe’ amadoda. 13
  • 14. ISAKHIWO SANGAPHAKATHI – Imifanekiso yomqondo – Isifaniso (simile) – Isingathekiso (metaphor) – Uphawu (symbolism) – Ukwenzasamuntu (personification) 14
  • 15. ILANGA - DBZ NtuliInkunzi ebomvu, uNompondompondo, Oqhamuke amavukana akhwica amashobana, Ayosobela kwaSibhakabhaka, Ngoba engenakuphika nkani. UMaqhamuka akhonye kwaMpumalanga, Bathi kukhonya kuni khona lokhu, Esikuzwe kungena ngamehlo, Izinkunzana zonkana zikhonya ngamaphinjwana? Phinde, ngiyaphika, akusinkunzi, Ngamajininindi. 15
  • 16. I wandered lonely as a cloud That floats on high o'er vales and hills, When all at once I saw a crowd, A host, of golden daffodils; Beside the lake, beneath the trees, Fluttering and dancing in the breeze. Continuous as the stars that shine And twinkle on the milky way, They stretched in never-ending line Along the margin of a bay: Ten thousand saw I at a glance, Tossing their heads in sprightly dance. 16
  • 17. Ukujula Ngenkondlo – Kuyenzeka ufunde inkondlo ethile uthole umqondo wayo uphelele. Kodwa lapho usuyihlolisisa uthole ukuthi iqukethe omunye umqondo. – Kungakhulunywa ngelanga kanti kube kubhekiswe kumuntu ongumholi. 17
  • 18. Umoya Osenkondleni – Imbongi ingabhala inkondlo ngoba ithintekile ngokuthile. Kungakho ungathi lapho ufunda inkondlo yayo uzizwe nawe udumala, noma ujabula noma uzizwe uba nothando oluthile. – Ngakho-ke kumele inkondlo ivuse imizwa ethile. – Bheka ezinkondlweni zakho ukuthi lokho kwenziwe ngempumelelo yini? 18
  • 19. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje Ilirikhi (lyric) – Ilirikhi uhlobo lwenkondlo equkethe imizwa yomlobi. – Kulolu hlobo imbongi/umlobi ukhululekile ukusho noma yini ayizwayo. – Ngenxa yobuhle belirikhi kwaze kwaba uhlobo lwenkondlo eculwayo. Ezilimini zabaMhlophe yayibhalwa ibe nesigqi ukuze kubelula ukuyicula. 19
  • 20. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje – I-eleji (elegiac verse) – I-eleji inkonldo esivezela isililo sembongi kakhulukazi ngomuntu othize oshonile. – Kulolu hlobo lwenkondlo kulula ukuthola isimo sembongi kanye nemizwa yayo. – Okunye okungavela kungaba yindlela imbongi ikhumbula ngayo isihlobo sayo esingasekho. – Ngendlela imbongi ibalisa ngayo kungaze kuvele usizi oluthize. 20
  • 21. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje – I-ephiki (epic) – I-ephiki inkondlo exoxa indaba esamlando. – Kungaba khona izehlakalo ezithize ezibekwe ngendlela yobunkondlo. – Uhlobo olunje aluvamisile esiZulwini. Nokho uma sibheka izibongo zamakhosi siyazithola izimpawu ezithize ze-ephiki. Kwesinye isikhathi indaba exoxwayo iba yindida. Kungalandwa izigameko ngendlela umlobi abona ngayo izinto. 21
  • 22. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje – Isonethi (sonnet) – Isonethi inkondlo evamise ukuba nemigqa eyi-14. – Isonethi ejwayelekile eyase Ntaliyane. Le sonethi ihlukaniswe izigaba ezimbili. Imigqa yokuqala eyi-8 kanye nemigqa yesibili eyi-6. Imvamisa imigqa yokuqala iqukethe umqondo ohlukile emqondweni wesibili – abab, cdcd, efef, gg. – abab, bcbc, cdcd, ee. 22
  • 23. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje – Izibongo zesimanje – Izibongo zesimanje zilandela indlela yokubhala izinkondlo zesimanje. – Izibongo ziyahlelwa ukuze kube khona lowo mgqumo kanye nemvumelwano. – Izibongo zesimanje zibhalwa phansi kukhethwe amagama ngobuciko, kanti izibongo zakudala zibonisa ubuciko bemvelo 23
  • 24. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje – Umbhinqo (Satire) – Lolu hlobo lwenkondlo lugxeka isimilo noma ukuziphatha komuntu othize. – Kwesinye isikhathi kungagxekwa noma yini engahambisani nezinto ezibalulekile ezivumelana nenhlalo yabantu. – Lokhu kugxeka kuqonde ukukhuza leyo ndlela engavumelekile. Ziningi izindlela zokubhala lolu hlobo lwezinkondlo 24