SlideShare une entreprise Scribd logo
1  sur  24
Umlando kaLincoln
Sibusiso Nyembenzi
Sizozinquma amakhanda siziyeke. Singegeqe
gula funa kuthiwe siyemuka.
Nhlanhla Maseko
1
Ukuzalwa, ukukhula,
ukufunda nokusebenza
• USibusiso Nyembezi wazalwa ngonyaka we-1919 eBabanango,
eNyakatho neKwaZulu-Natali. Ungowesibili kubafana abane
kwabo.
• Amabanga aphansi emfundo wawafunda ngakubo kwase kuthi
amabanga aphezulu wawenza eMarianhill, ngasePinetown.
• Waphothula iziqu zakhe zika-BA ngonyaka we-1946 e-Unisa
emva kwalokho wayesenza i-BA Honours ngowe-1947 eWits.
• Ukusuka ngowe-1948 kuya kowe-1953 (isikhathi sokuqala
kobandlululo), uNyembezi wafundisa e-University of the
Witwatersrdand isiZulu kanye nesiXhosa.
• Ngowe-1954 uNyembezi wenza iziqu zakhe ze-MA ne-
University of the Witwatersrand.
2
Umlando kaNyembezi
(uyaqhutshwa)
• Ngowe-1955 wathola isikhala sokufundisa e-University College
of Fort Hare, eMpumalanga- Koloni (khumbula ukuthi lena
yinyuvesi iningi labaholi bezombusazwe abafunde kuyo)
• Ngowe-1959 wesula emsebenzini, washiya, ngenxa yemithetho
ayengahambisani nayo eyayibekwe wuhulumeni wobandlululo
phezu kwamanyuvesi wabantu abamnyama.
• Ngemuva kwesikhathi eside engasebenzi, wagcina esethatha
umsebenzi wokuhlela izincwadi enkampanini yabashicileli bakwa-
Shuter and Shooter eMgungundlovu nokuyilapho agcine
esebenza khona waze wathatha umhlalaphansi.
• Wedlula emhlabeni ngonyaka we-2000 eneminyaka engama-81.
3
Imisebenzi kaNyembezi
• Imisebenzi kaNyembezi ingaphezu kweshumi
nambili kanti ifaka phakathi kokunye amanoveli,
izinkondlo, ubuciko bomlomo, uhlelo lolimi,
izichazamazwi kanye nocwaningo.
• Kumanoveli wabhala lawa: Mntanami! Mntanami!,
Ubudoda Abukhulelwa nethi Inkinsela YaseMgungundlovu.
Wahumusha nencwadi yesiNgisi ka-Allan Paton ethi,
Cry the Beloved Country, isihumusho sithi: Lafa Elihle
Kakhulu.
4
Nayi imisebenzi kaNyembezi
• 1950. Mntanami! Mntanami! Johannesburg: Bona-Pers.
1953. Ubudoda abukhulelwa. Johannesburg: Shuter and Shooter.
• 1954. Zulu Proverbs. Johannesburg: Shuter and Shooter.
1956. Uhlelo lwesiZulu. Johannesburg: Shuter and Shooter.
1958. Learn Zulu. Johannesburg: Shuter and Shooter.
• 1958. Cry, The Beloved Country, by Alan Paton, into Zulu as Lafa elihle
kakhulu. Johannesburg: Shuter and Shooter.
1961. Inkinsela yaseMgungundlovu. (translated as The Rich Man of
Pietermaritzburg, 2008). Johannesburg: Shuter and Shooter.
1963. Imisebe yelanga. Johannesburg: Educum Publishers.
1963. Amahlungu aluhlaza. Johannesburg: Shuter and Shooter.
1958. Izibongo zamakhosi. Johannesburg: Shuter and Shooter.
1966. Inqolobane yesizwe. (uyihlanganyele no-Otty Ezrom Mandla
Nxumalo). Johannesburg: Shuter and Shooter
5
Okwenza Inkinsela ibe nedumela
• Inoveli iyonke yenzeka ngesonto elilodwa ngokwesikhathi
sendaba. Yinto engejwayelekile ukuthi inoveli ithathe isikhathi
esifishane kangaka. (Kukhona omunye umbhali, uN.J. Makhaye,
oke wazama ukubhala inoveli eyenzeka usuku olulodwa, inoveli
ethi, Uze ungikhonzele, kodwa izinga layo kalikho phezulu)
• Inoveli yakhe yakhombisa ukwehluka ngokwendikimba
emanovelini amaningi esiZulu ayandulelayo: ubugebengu
obuhleliwe obuhamba nokuzethemba. Okunye okwenza
yehluke inoveli yakhe wukuthi njengoba iningi lamanoveli
lalikhombisa ukusuka komuntu endaweni yasemakhaya eya
edolobheni, kule noveli sithola umuntu osuka edolobheni
ngenhloso yokuyoqola abantu emakhaya.
6
Inkinsela (iyaqhutshwa)
• Inoveli kaNyembezi yaguqulwa yaba wumdlalo womoya owaba
nedumela ngemuva kokuthi seyashicilelwa.
• Yaphinde yaguqulelwa noma yahlelelwa ukuthi idlale
kumabonakude ngeminyaka yaw-1990. (Kukhona abathile
ababephika uma bebuka umdlalo bethi akuyena uNdebenkulu
lona okumabonakude sengathi bamazi ngamehlo) Nomdlalo
kamabonakude waba nedumela ngangokuthi nanamuhla lokhu
kukhona abafisa ukuthi ubuyiswe.
• Inoveli yakhe yafundwa ezikoleni, hhayi eNingizimu Afrika
kuphela kodwa ngisho naseZimbabwe imbala. Khumbula ukuthi
amaNdebele aseZimbabwe ayazisebenzisa kakhulu izincwadi
zesiZulu eziphuma ezweni lakithi.
7
Inkinsela (iyaqhutshwa)
• Ngonyaka kwe-2010 le noveli iphinde yabuyiswa, yagaywa kabusha ngaphansi
kohlelo lwe-Reprinting South African Classics nokuwuhlelo olugqugquzelwe
lwaphinde lwaxhaswa wuMnyango woBuciko naMasiko kuZwelonke (National
Department of Arts and Culture).
• Ngonyaka odlule le noveli ihlelelwe ukuthi idlale njengomdlalo womoya ezweni
laseZimbabwe.
• Iphinde yaqokwa njengezinye zezincwadi eziyi-100 ezihamba phambili e-Africa.
(Bheka nasi isixhumanisi
https://www.indiana.edu/~libsalc/africa/scripts/awards1.php?award=3)
• Le noveli ingenye yamanoveli esiZulu ambalwa ahunyushelwe esiNgisini (The
Richman of Pietermaritzburg) kanye nasesiSuthwini (Kgabane ya Mokokotlofo), kanti
izophinde ihunyushelwe kwezinye izilimi ngaphansi kwe-Reprinting South African
Classics
8
Ukuhluza inoveli kafushane
Indaba ngamafuphi:
• Lena yinoveli yobugebengu obuhleliwe obenziwa
ngumuntu onesibindi. Inoveli yenzeka ngesikhathi
seminyaka yawo-1950 lapho uhulumeni owayephethe
ngaleso sikhathi ayeshaye umthetho wokuthi abantu
banciphise imfuyo ngoba iqeda amadlelo.
• UNdebenkulu usuka eMgungundlovu uyoqola
abanumzane abahlonishwayo eNyanyanyadu, bude
buduze naseDandi.
9
Indaba ngamafuphi
(iyaqhutshwa)
• Indaba iqala lapho uMkhwanazi, omunye
wabanumzane abahlonishwayo eNyanyadu, ethola
incwadi evela kuCC Ndebenkulu. Kule ncwadi
uNdebenkulu ubeka isifiso sokuvakashela eNyanyadu
ngenhloso yokusiza abanumzane bendawo bakwazi
ukuthengisa izinkomo zabo ngamanani abafanele.
10
Indaba ngamafuphi
(iyaqhutshwa)
• Ekufikeni kwakhe uNdebenkulu, uzibeka
njengomuntu osezingeni eliphezulu nofundile
• Uba nemihlangano nabanumzane bendawo –
uyaphumelela ukukhohlisa uMkhwanazi ukuze
amnike izinkomo zakhe ayomthengisela.
• Ngosuku lokuhamba kwezinkomo uNdebenkulu
(obuye aziwe ngelika-EE Mlomo) uyabanjwa
akhalelwe amasongo kaSigonyela.
11
Izindikimba
• Indikimba enkulu kule noveli yileyo yokuqolwa
kwabantu basemakhaya yisigebengu esivela
edolobheni. UNyembezi wenza okungavamile ukuthi
asethulele umlingiswa ophuma edolobheni aye
emakhaya kanti imibhalo eminingi yangaleso sikhathi
ibiveza abalingiswa abasuka emakhaya baye
emadolobheni bese bephenduka
12
Izindikimba (Ziyaqhutshwa)
• UNdebenkulu usebenzisa ithuba ngoba enolwazi
lokuthi abantu bakhathazekile ngendaba
yokuncishiswa kwemfuyo (ngokomthetho
owawusanda kushaywa) kanti uma bezithengisela
bona izinkomo bathola imali encane.
13
Izindikimba (Ziyaqhutshwa)
• Imfundo: ngenye yezindikimba esizithola kule
noveli. UNdebenkulu usebenzisa imfundo nolwazi
lwakhe ukuqola abantu. Uthi wazana nabeLungu
abaphezulu futhi uma bembhalela abakhohlwa
ukubhala bathi uyisikwaya.
• UThemba uyasikhombisa ukuthi abantu bendawo
sebeqala ukuya nasezikhungweni zemfundo
ephakeme. Imfundo yakhe imenza ayisole le ndaba
kaNdebenkulu.
14
Izindikimba (Ziyaqhutshwa)
• Ubandlululo: umthetho wokuncishiswa kwemfuyo
yabantu abamnyama uyinkomba yobandlululo. Lapha
siphinde sithole abantu bezicindezela noma
bezibukela phansi bona ngokwabo. UmLungu
uthathwa njengomuntu ophezulu (yikho uNdeb. ethi
ubhalelana nabeLungu), idolobha liyindawo
ephambili: umuntu ovela edolobheni uyahlonishwa
(self-inferiority complex)
15
Izindikimba (Ziyaqhutshwa)
• Impilo yasemakhaya isemuva
kuneyasedolobheni: siyathola kuqhathaniswa
impilo yalezi zindawo. UNdebenkulu uthi ngolunye
usuku: ‘Nisesemuva, Mkhwanazi.’ ‘Nisagibela
amakalishi? Ukuba bengazi ngabe ngize ngemoto.’
Umqondo obusa abantu ngowokuthi abasedolobheni
kumele bakhanyisele/baphucule abasemakhaya.
16
Izindikimba (Ziyaqhutshwa)
• Umnotho wasemakhaya: imfuyo nokulima.
Abanumzane bendawo bafuyile futhi bayalima
(isibonelo: uMkhwanazi). Lena yindlela yempilo
emakhaya futhi iletha ukuhlonipheka kubanumzane.
UNdebenkulu uyakwazi lokhu – yikho enquma
‘ukuyosiza’ ngokubathengisela izinkomo
• Wena uthini?
17
Isizinda
• Indawo: eNyanyadu, emakhaya aseduze nedolobha
laseDandi.
• Isikhathi: ngesakudala lapho uHulumeni
wobandlululo ayeshaye umthetho wokuthi abantu
abamnyama banciphise imfuyo
• Isimo senhlalo: lapha sikhuluma ngokuthi abantu
bangalesi sikhathi imfuyo bekuyigugu, ukulima
kuyimpilo yemihla, umnotho kuyimfuyo
18
Abalingiswa
• Sizokhumbula ukuthi ngabantu abasungulwa
ngumlobi ukuze indaba yakhe ixoxeke. Abalingiswa
bethulwa ngezindlela ezahlukahlukene:
• 1. Ukugqoka
• 2. Abakukhulumayo nokukhulunywa ngabo
• 3. Ukuchaza kombhali
• 4. Imicabango
19
Abalingiswa (Bayaqhutshwa)
• UNdebenkulu: ugqoka izinto athi zibiza imali;
ukhuluma ngokuzikhukhumeza; ukwenza kwakhe
kukhombisa ukubukela abanye abantu phansi; abantu
bacabanga izinto ezahlukene ngaye ngoba kukhona
abasola ukuthi uyiqola kanti kukhona
abamethembayo njengomuntu ohlala edolobheni
futhi owazana nabeLungu abakhulu. Lo mlingiswa
akakhuli….
20
Abalingiswa (Bayaqhutshwa)
• UMkhwanazi: ugqoka ngendlela ekhombisayo
ukuthi ungumuntu ozisebenzela ngezandla; imfuyo
uyikhonzile futhi angenza noma yini ukuze ayivikele
(iyisithunzi sakhe njengendoda); abanye abantu
bacabanga ukuthi uqotho futhi uhloniphekile
(yingakho uNdebenkulu ebhalela yena esikhundleni
sabanye abanumzane)
21
Abalingiswa (Bayaqhutshwa)
• UMkhwanazi kukhomba ukuthi akayile esikoleni
futhi usheshe akholwe kalula.
• UMaNtuli: uchazwa wumlobi njengowesifazane
okhuthele; unolaka; imicabango nezinkulumo aba
nazo kanye nabanye abalingiswa kukhomba ukuthi
uyishaya emuva ayishaye phambili
22
Abalingiswa (Bayaqhutshwa)
• UThemba: indlela akhuluma ngayo nabantu abadala
ikhombisa ukuthi ukhuliswe ngenhlonipho; indlela
acabanga ngayo imveza ukuthi imfundo imenze
wahlakanipha kangcono (ufunda ekolishi); siyathola
ukuthi usegqoka amabhulukwe amade (ubude
bebhulukwe bukhomba ukukhula koligqokayo, kanti
ukukhula koligqokayo kusho ukuhluzeka)
23
Izincwadi ongazifunda
• Ntuli, J H – The Conception and Evolution of
Characterisation in the Zulu novel
• Kunene, Daniel P – The Zulu novels of Sibusiso
Nyembezi: A Critical Appraisal
24

Contenu connexe

Tendances

Tendances (20)

Imifanekisomqondo
ImifanekisomqondoImifanekisomqondo
Imifanekisomqondo
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
 
Izinkondlo
IzinkondloIzinkondlo
Izinkondlo
 
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptxMETHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
 
Ukuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondloUkuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondlo
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
Izibongo zamakhosi
Izibongo zamakhosiIzibongo zamakhosi
Izibongo zamakhosi
 
Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753
Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753
Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Incwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptxIncwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptx
 
Ukuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondloUkuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondlo
 
Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
Sicikoza ngosiba
Sicikoza ngosibaSicikoza ngosiba
Sicikoza ngosiba
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)
 

En vedette (9)

Imbongi zika zulu
Imbongi zika zuluImbongi zika zulu
Imbongi zika zulu
 
No.134 Uthando Olungummangaliso
No.134 Uthando OlungummangalisoNo.134 Uthando Olungummangaliso
No.134 Uthando Olungummangaliso
 
Presentación Jenkins
Presentación JenkinsPresentación Jenkins
Presentación Jenkins
 
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibekoNDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
 
Imikhakha
ImikhakhaImikhakha
Imikhakha
 
Imbongi zalamuhla
Imbongi zalamuhlaImbongi zalamuhla
Imbongi zalamuhla
 
No.56
No.56No.56
No.56
 

Similaire à Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi

Boesman and lena lecture notes(1)
Boesman and lena   lecture notes(1)Boesman and lena   lecture notes(1)
Boesman and lena lecture notes(1)
UJ colezzane
 
Boesman and lena lecture notes(2)
Boesman and lena   lecture notes(2)Boesman and lena   lecture notes(2)
Boesman and lena lecture notes(2)
UJ colezzane
 
Shona and great zimbabwe
Shona and great zimbabweShona and great zimbabwe
Shona and great zimbabwe
reigndrop18
 

Similaire à Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi (20)

Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
 
4
44
4
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Chinua achebe
Chinua achebe Chinua achebe
Chinua achebe
 
African Literature
African LiteratureAfrican Literature
African Literature
 
Chinua Achebe by Chelsea Berriochoa
Chinua Achebe by Chelsea BerriochoaChinua Achebe by Chelsea Berriochoa
Chinua Achebe by Chelsea Berriochoa
 
Soweto
SowetoSoweto
Soweto
 
African Literature
African LiteratureAfrican Literature
African Literature
 
Bernice eisenstein project.ppt4
Bernice eisenstein project.ppt4Bernice eisenstein project.ppt4
Bernice eisenstein project.ppt4
 
Things fall apart
Things fall apartThings fall apart
Things fall apart
 
Romanya
RomanyaRomanya
Romanya
 
Things fall apart
Things fall apartThings fall apart
Things fall apart
 
OPEN QUIZ - Mumbai quizzers
OPEN QUIZ - Mumbai quizzersOPEN QUIZ - Mumbai quizzers
OPEN QUIZ - Mumbai quizzers
 
Things fall apart slides
Things fall apart slidesThings fall apart slides
Things fall apart slides
 
Things fall apart slides
Things fall apart slidesThings fall apart slides
Things fall apart slides
 
Boesman and lena lecture notes(1)
Boesman and lena   lecture notes(1)Boesman and lena   lecture notes(1)
Boesman and lena lecture notes(1)
 
Boesman and lena lecture notes(2)
Boesman and lena   lecture notes(2)Boesman and lena   lecture notes(2)
Boesman and lena lecture notes(2)
 
Fascination towards city in the swamp dwellers day 2
Fascination towards city in the swamp dwellers day 2Fascination towards city in the swamp dwellers day 2
Fascination towards city in the swamp dwellers day 2
 
Shona and great zimbabwe
Shona and great zimbabweShona and great zimbabwe
Shona and great zimbabwe
 

Dernier

Salient Features of India constitution especially power and functions
Salient Features of India constitution especially power and functionsSalient Features of India constitution especially power and functions
Salient Features of India constitution especially power and functions
KarakKing
 
Jual Obat Aborsi Hongkong ( Asli No.1 ) 085657271886 Obat Penggugur Kandungan...
Jual Obat Aborsi Hongkong ( Asli No.1 ) 085657271886 Obat Penggugur Kandungan...Jual Obat Aborsi Hongkong ( Asli No.1 ) 085657271886 Obat Penggugur Kandungan...
Jual Obat Aborsi Hongkong ( Asli No.1 ) 085657271886 Obat Penggugur Kandungan...
ZurliaSoop
 
The basics of sentences session 3pptx.pptx
The basics of sentences session 3pptx.pptxThe basics of sentences session 3pptx.pptx
The basics of sentences session 3pptx.pptx
heathfieldcps1
 

Dernier (20)

Graduate Outcomes Presentation Slides - English
Graduate Outcomes Presentation Slides - EnglishGraduate Outcomes Presentation Slides - English
Graduate Outcomes Presentation Slides - English
 
Mehran University Newsletter Vol-X, Issue-I, 2024
Mehran University Newsletter Vol-X, Issue-I, 2024Mehran University Newsletter Vol-X, Issue-I, 2024
Mehran University Newsletter Vol-X, Issue-I, 2024
 
Application orientated numerical on hev.ppt
Application orientated numerical on hev.pptApplication orientated numerical on hev.ppt
Application orientated numerical on hev.ppt
 
TỔNG ÔN TẬP THI VÀO LỚP 10 MÔN TIẾNG ANH NĂM HỌC 2023 - 2024 CÓ ĐÁP ÁN (NGỮ Â...
TỔNG ÔN TẬP THI VÀO LỚP 10 MÔN TIẾNG ANH NĂM HỌC 2023 - 2024 CÓ ĐÁP ÁN (NGỮ Â...TỔNG ÔN TẬP THI VÀO LỚP 10 MÔN TIẾNG ANH NĂM HỌC 2023 - 2024 CÓ ĐÁP ÁN (NGỮ Â...
TỔNG ÔN TẬP THI VÀO LỚP 10 MÔN TIẾNG ANH NĂM HỌC 2023 - 2024 CÓ ĐÁP ÁN (NGỮ Â...
 
Accessible Digital Futures project (20/03/2024)
Accessible Digital Futures project (20/03/2024)Accessible Digital Futures project (20/03/2024)
Accessible Digital Futures project (20/03/2024)
 
80 ĐỀ THI THỬ TUYỂN SINH TIẾNG ANH VÀO 10 SỞ GD – ĐT THÀNH PHỐ HỒ CHÍ MINH NĂ...
80 ĐỀ THI THỬ TUYỂN SINH TIẾNG ANH VÀO 10 SỞ GD – ĐT THÀNH PHỐ HỒ CHÍ MINH NĂ...80 ĐỀ THI THỬ TUYỂN SINH TIẾNG ANH VÀO 10 SỞ GD – ĐT THÀNH PHỐ HỒ CHÍ MINH NĂ...
80 ĐỀ THI THỬ TUYỂN SINH TIẾNG ANH VÀO 10 SỞ GD – ĐT THÀNH PHỐ HỒ CHÍ MINH NĂ...
 
Google Gemini An AI Revolution in Education.pptx
Google Gemini An AI Revolution in Education.pptxGoogle Gemini An AI Revolution in Education.pptx
Google Gemini An AI Revolution in Education.pptx
 
2024-NATIONAL-LEARNING-CAMP-AND-OTHER.pptx
2024-NATIONAL-LEARNING-CAMP-AND-OTHER.pptx2024-NATIONAL-LEARNING-CAMP-AND-OTHER.pptx
2024-NATIONAL-LEARNING-CAMP-AND-OTHER.pptx
 
Salient Features of India constitution especially power and functions
Salient Features of India constitution especially power and functionsSalient Features of India constitution especially power and functions
Salient Features of India constitution especially power and functions
 
Plant propagation: Sexual and Asexual propapagation.pptx
Plant propagation: Sexual and Asexual propapagation.pptxPlant propagation: Sexual and Asexual propapagation.pptx
Plant propagation: Sexual and Asexual propapagation.pptx
 
UGC NET Paper 1 Mathematical Reasoning & Aptitude.pdf
UGC NET Paper 1 Mathematical Reasoning & Aptitude.pdfUGC NET Paper 1 Mathematical Reasoning & Aptitude.pdf
UGC NET Paper 1 Mathematical Reasoning & Aptitude.pdf
 
Fostering Friendships - Enhancing Social Bonds in the Classroom
Fostering Friendships - Enhancing Social Bonds  in the ClassroomFostering Friendships - Enhancing Social Bonds  in the Classroom
Fostering Friendships - Enhancing Social Bonds in the Classroom
 
ICT role in 21st century education and it's challenges.
ICT role in 21st century education and it's challenges.ICT role in 21st century education and it's challenges.
ICT role in 21st century education and it's challenges.
 
NO1 Top Black Magic Specialist In Lahore Black magic In Pakistan Kala Ilam Ex...
NO1 Top Black Magic Specialist In Lahore Black magic In Pakistan Kala Ilam Ex...NO1 Top Black Magic Specialist In Lahore Black magic In Pakistan Kala Ilam Ex...
NO1 Top Black Magic Specialist In Lahore Black magic In Pakistan Kala Ilam Ex...
 
This PowerPoint helps students to consider the concept of infinity.
This PowerPoint helps students to consider the concept of infinity.This PowerPoint helps students to consider the concept of infinity.
This PowerPoint helps students to consider the concept of infinity.
 
Jual Obat Aborsi Hongkong ( Asli No.1 ) 085657271886 Obat Penggugur Kandungan...
Jual Obat Aborsi Hongkong ( Asli No.1 ) 085657271886 Obat Penggugur Kandungan...Jual Obat Aborsi Hongkong ( Asli No.1 ) 085657271886 Obat Penggugur Kandungan...
Jual Obat Aborsi Hongkong ( Asli No.1 ) 085657271886 Obat Penggugur Kandungan...
 
Beyond_Borders_Understanding_Anime_and_Manga_Fandom_A_Comprehensive_Audience_...
Beyond_Borders_Understanding_Anime_and_Manga_Fandom_A_Comprehensive_Audience_...Beyond_Borders_Understanding_Anime_and_Manga_Fandom_A_Comprehensive_Audience_...
Beyond_Borders_Understanding_Anime_and_Manga_Fandom_A_Comprehensive_Audience_...
 
Exploring_the_Narrative_Style_of_Amitav_Ghoshs_Gun_Island.pptx
Exploring_the_Narrative_Style_of_Amitav_Ghoshs_Gun_Island.pptxExploring_the_Narrative_Style_of_Amitav_Ghoshs_Gun_Island.pptx
Exploring_the_Narrative_Style_of_Amitav_Ghoshs_Gun_Island.pptx
 
The basics of sentences session 3pptx.pptx
The basics of sentences session 3pptx.pptxThe basics of sentences session 3pptx.pptx
The basics of sentences session 3pptx.pptx
 
SOC 101 Demonstration of Learning Presentation
SOC 101 Demonstration of Learning PresentationSOC 101 Demonstration of Learning Presentation
SOC 101 Demonstration of Learning Presentation
 

Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi

  • 1. Umlando kaLincoln Sibusiso Nyembenzi Sizozinquma amakhanda siziyeke. Singegeqe gula funa kuthiwe siyemuka. Nhlanhla Maseko 1
  • 2. Ukuzalwa, ukukhula, ukufunda nokusebenza • USibusiso Nyembezi wazalwa ngonyaka we-1919 eBabanango, eNyakatho neKwaZulu-Natali. Ungowesibili kubafana abane kwabo. • Amabanga aphansi emfundo wawafunda ngakubo kwase kuthi amabanga aphezulu wawenza eMarianhill, ngasePinetown. • Waphothula iziqu zakhe zika-BA ngonyaka we-1946 e-Unisa emva kwalokho wayesenza i-BA Honours ngowe-1947 eWits. • Ukusuka ngowe-1948 kuya kowe-1953 (isikhathi sokuqala kobandlululo), uNyembezi wafundisa e-University of the Witwatersrdand isiZulu kanye nesiXhosa. • Ngowe-1954 uNyembezi wenza iziqu zakhe ze-MA ne- University of the Witwatersrand. 2
  • 3. Umlando kaNyembezi (uyaqhutshwa) • Ngowe-1955 wathola isikhala sokufundisa e-University College of Fort Hare, eMpumalanga- Koloni (khumbula ukuthi lena yinyuvesi iningi labaholi bezombusazwe abafunde kuyo) • Ngowe-1959 wesula emsebenzini, washiya, ngenxa yemithetho ayengahambisani nayo eyayibekwe wuhulumeni wobandlululo phezu kwamanyuvesi wabantu abamnyama. • Ngemuva kwesikhathi eside engasebenzi, wagcina esethatha umsebenzi wokuhlela izincwadi enkampanini yabashicileli bakwa- Shuter and Shooter eMgungundlovu nokuyilapho agcine esebenza khona waze wathatha umhlalaphansi. • Wedlula emhlabeni ngonyaka we-2000 eneminyaka engama-81. 3
  • 4. Imisebenzi kaNyembezi • Imisebenzi kaNyembezi ingaphezu kweshumi nambili kanti ifaka phakathi kokunye amanoveli, izinkondlo, ubuciko bomlomo, uhlelo lolimi, izichazamazwi kanye nocwaningo. • Kumanoveli wabhala lawa: Mntanami! Mntanami!, Ubudoda Abukhulelwa nethi Inkinsela YaseMgungundlovu. Wahumusha nencwadi yesiNgisi ka-Allan Paton ethi, Cry the Beloved Country, isihumusho sithi: Lafa Elihle Kakhulu. 4
  • 5. Nayi imisebenzi kaNyembezi • 1950. Mntanami! Mntanami! Johannesburg: Bona-Pers. 1953. Ubudoda abukhulelwa. Johannesburg: Shuter and Shooter. • 1954. Zulu Proverbs. Johannesburg: Shuter and Shooter. 1956. Uhlelo lwesiZulu. Johannesburg: Shuter and Shooter. 1958. Learn Zulu. Johannesburg: Shuter and Shooter. • 1958. Cry, The Beloved Country, by Alan Paton, into Zulu as Lafa elihle kakhulu. Johannesburg: Shuter and Shooter. 1961. Inkinsela yaseMgungundlovu. (translated as The Rich Man of Pietermaritzburg, 2008). Johannesburg: Shuter and Shooter. 1963. Imisebe yelanga. Johannesburg: Educum Publishers. 1963. Amahlungu aluhlaza. Johannesburg: Shuter and Shooter. 1958. Izibongo zamakhosi. Johannesburg: Shuter and Shooter. 1966. Inqolobane yesizwe. (uyihlanganyele no-Otty Ezrom Mandla Nxumalo). Johannesburg: Shuter and Shooter 5
  • 6. Okwenza Inkinsela ibe nedumela • Inoveli iyonke yenzeka ngesonto elilodwa ngokwesikhathi sendaba. Yinto engejwayelekile ukuthi inoveli ithathe isikhathi esifishane kangaka. (Kukhona omunye umbhali, uN.J. Makhaye, oke wazama ukubhala inoveli eyenzeka usuku olulodwa, inoveli ethi, Uze ungikhonzele, kodwa izinga layo kalikho phezulu) • Inoveli yakhe yakhombisa ukwehluka ngokwendikimba emanovelini amaningi esiZulu ayandulelayo: ubugebengu obuhleliwe obuhamba nokuzethemba. Okunye okwenza yehluke inoveli yakhe wukuthi njengoba iningi lamanoveli lalikhombisa ukusuka komuntu endaweni yasemakhaya eya edolobheni, kule noveli sithola umuntu osuka edolobheni ngenhloso yokuyoqola abantu emakhaya. 6
  • 7. Inkinsela (iyaqhutshwa) • Inoveli kaNyembezi yaguqulwa yaba wumdlalo womoya owaba nedumela ngemuva kokuthi seyashicilelwa. • Yaphinde yaguqulelwa noma yahlelelwa ukuthi idlale kumabonakude ngeminyaka yaw-1990. (Kukhona abathile ababephika uma bebuka umdlalo bethi akuyena uNdebenkulu lona okumabonakude sengathi bamazi ngamehlo) Nomdlalo kamabonakude waba nedumela ngangokuthi nanamuhla lokhu kukhona abafisa ukuthi ubuyiswe. • Inoveli yakhe yafundwa ezikoleni, hhayi eNingizimu Afrika kuphela kodwa ngisho naseZimbabwe imbala. Khumbula ukuthi amaNdebele aseZimbabwe ayazisebenzisa kakhulu izincwadi zesiZulu eziphuma ezweni lakithi. 7
  • 8. Inkinsela (iyaqhutshwa) • Ngonyaka kwe-2010 le noveli iphinde yabuyiswa, yagaywa kabusha ngaphansi kohlelo lwe-Reprinting South African Classics nokuwuhlelo olugqugquzelwe lwaphinde lwaxhaswa wuMnyango woBuciko naMasiko kuZwelonke (National Department of Arts and Culture). • Ngonyaka odlule le noveli ihlelelwe ukuthi idlale njengomdlalo womoya ezweni laseZimbabwe. • Iphinde yaqokwa njengezinye zezincwadi eziyi-100 ezihamba phambili e-Africa. (Bheka nasi isixhumanisi https://www.indiana.edu/~libsalc/africa/scripts/awards1.php?award=3) • Le noveli ingenye yamanoveli esiZulu ambalwa ahunyushelwe esiNgisini (The Richman of Pietermaritzburg) kanye nasesiSuthwini (Kgabane ya Mokokotlofo), kanti izophinde ihunyushelwe kwezinye izilimi ngaphansi kwe-Reprinting South African Classics 8
  • 9. Ukuhluza inoveli kafushane Indaba ngamafuphi: • Lena yinoveli yobugebengu obuhleliwe obenziwa ngumuntu onesibindi. Inoveli yenzeka ngesikhathi seminyaka yawo-1950 lapho uhulumeni owayephethe ngaleso sikhathi ayeshaye umthetho wokuthi abantu banciphise imfuyo ngoba iqeda amadlelo. • UNdebenkulu usuka eMgungundlovu uyoqola abanumzane abahlonishwayo eNyanyanyadu, bude buduze naseDandi. 9
  • 10. Indaba ngamafuphi (iyaqhutshwa) • Indaba iqala lapho uMkhwanazi, omunye wabanumzane abahlonishwayo eNyanyadu, ethola incwadi evela kuCC Ndebenkulu. Kule ncwadi uNdebenkulu ubeka isifiso sokuvakashela eNyanyadu ngenhloso yokusiza abanumzane bendawo bakwazi ukuthengisa izinkomo zabo ngamanani abafanele. 10
  • 11. Indaba ngamafuphi (iyaqhutshwa) • Ekufikeni kwakhe uNdebenkulu, uzibeka njengomuntu osezingeni eliphezulu nofundile • Uba nemihlangano nabanumzane bendawo – uyaphumelela ukukhohlisa uMkhwanazi ukuze amnike izinkomo zakhe ayomthengisela. • Ngosuku lokuhamba kwezinkomo uNdebenkulu (obuye aziwe ngelika-EE Mlomo) uyabanjwa akhalelwe amasongo kaSigonyela. 11
  • 12. Izindikimba • Indikimba enkulu kule noveli yileyo yokuqolwa kwabantu basemakhaya yisigebengu esivela edolobheni. UNyembezi wenza okungavamile ukuthi asethulele umlingiswa ophuma edolobheni aye emakhaya kanti imibhalo eminingi yangaleso sikhathi ibiveza abalingiswa abasuka emakhaya baye emadolobheni bese bephenduka 12
  • 13. Izindikimba (Ziyaqhutshwa) • UNdebenkulu usebenzisa ithuba ngoba enolwazi lokuthi abantu bakhathazekile ngendaba yokuncishiswa kwemfuyo (ngokomthetho owawusanda kushaywa) kanti uma bezithengisela bona izinkomo bathola imali encane. 13
  • 14. Izindikimba (Ziyaqhutshwa) • Imfundo: ngenye yezindikimba esizithola kule noveli. UNdebenkulu usebenzisa imfundo nolwazi lwakhe ukuqola abantu. Uthi wazana nabeLungu abaphezulu futhi uma bembhalela abakhohlwa ukubhala bathi uyisikwaya. • UThemba uyasikhombisa ukuthi abantu bendawo sebeqala ukuya nasezikhungweni zemfundo ephakeme. Imfundo yakhe imenza ayisole le ndaba kaNdebenkulu. 14
  • 15. Izindikimba (Ziyaqhutshwa) • Ubandlululo: umthetho wokuncishiswa kwemfuyo yabantu abamnyama uyinkomba yobandlululo. Lapha siphinde sithole abantu bezicindezela noma bezibukela phansi bona ngokwabo. UmLungu uthathwa njengomuntu ophezulu (yikho uNdeb. ethi ubhalelana nabeLungu), idolobha liyindawo ephambili: umuntu ovela edolobheni uyahlonishwa (self-inferiority complex) 15
  • 16. Izindikimba (Ziyaqhutshwa) • Impilo yasemakhaya isemuva kuneyasedolobheni: siyathola kuqhathaniswa impilo yalezi zindawo. UNdebenkulu uthi ngolunye usuku: ‘Nisesemuva, Mkhwanazi.’ ‘Nisagibela amakalishi? Ukuba bengazi ngabe ngize ngemoto.’ Umqondo obusa abantu ngowokuthi abasedolobheni kumele bakhanyisele/baphucule abasemakhaya. 16
  • 17. Izindikimba (Ziyaqhutshwa) • Umnotho wasemakhaya: imfuyo nokulima. Abanumzane bendawo bafuyile futhi bayalima (isibonelo: uMkhwanazi). Lena yindlela yempilo emakhaya futhi iletha ukuhlonipheka kubanumzane. UNdebenkulu uyakwazi lokhu – yikho enquma ‘ukuyosiza’ ngokubathengisela izinkomo • Wena uthini? 17
  • 18. Isizinda • Indawo: eNyanyadu, emakhaya aseduze nedolobha laseDandi. • Isikhathi: ngesakudala lapho uHulumeni wobandlululo ayeshaye umthetho wokuthi abantu abamnyama banciphise imfuyo • Isimo senhlalo: lapha sikhuluma ngokuthi abantu bangalesi sikhathi imfuyo bekuyigugu, ukulima kuyimpilo yemihla, umnotho kuyimfuyo 18
  • 19. Abalingiswa • Sizokhumbula ukuthi ngabantu abasungulwa ngumlobi ukuze indaba yakhe ixoxeke. Abalingiswa bethulwa ngezindlela ezahlukahlukene: • 1. Ukugqoka • 2. Abakukhulumayo nokukhulunywa ngabo • 3. Ukuchaza kombhali • 4. Imicabango 19
  • 20. Abalingiswa (Bayaqhutshwa) • UNdebenkulu: ugqoka izinto athi zibiza imali; ukhuluma ngokuzikhukhumeza; ukwenza kwakhe kukhombisa ukubukela abanye abantu phansi; abantu bacabanga izinto ezahlukene ngaye ngoba kukhona abasola ukuthi uyiqola kanti kukhona abamethembayo njengomuntu ohlala edolobheni futhi owazana nabeLungu abakhulu. Lo mlingiswa akakhuli…. 20
  • 21. Abalingiswa (Bayaqhutshwa) • UMkhwanazi: ugqoka ngendlela ekhombisayo ukuthi ungumuntu ozisebenzela ngezandla; imfuyo uyikhonzile futhi angenza noma yini ukuze ayivikele (iyisithunzi sakhe njengendoda); abanye abantu bacabanga ukuthi uqotho futhi uhloniphekile (yingakho uNdebenkulu ebhalela yena esikhundleni sabanye abanumzane) 21
  • 22. Abalingiswa (Bayaqhutshwa) • UMkhwanazi kukhomba ukuthi akayile esikoleni futhi usheshe akholwe kalula. • UMaNtuli: uchazwa wumlobi njengowesifazane okhuthele; unolaka; imicabango nezinkulumo aba nazo kanye nabanye abalingiswa kukhomba ukuthi uyishaya emuva ayishaye phambili 22
  • 23. Abalingiswa (Bayaqhutshwa) • UThemba: indlela akhuluma ngayo nabantu abadala ikhombisa ukuthi ukhuliswe ngenhlonipho; indlela acabanga ngayo imveza ukuthi imfundo imenze wahlakanipha kangcono (ufunda ekolishi); siyathola ukuthi usegqoka amabhulukwe amade (ubude bebhulukwe bukhomba ukukhula koligqokayo, kanti ukukhula koligqokayo kusho ukuhluzeka) 23
  • 24. Izincwadi ongazifunda • Ntuli, J H – The Conception and Evolution of Characterisation in the Zulu novel • Kunene, Daniel P – The Zulu novels of Sibusiso Nyembezi: A Critical Appraisal 24