SlideShare une entreprise Scribd logo
1  sur  21
IZINKONDLO ZIKABW
VILAKAZI
UMLANDO
OMFISHANE
KAVILAKAZI
1
UMLANDO NGOKUZALWA
KWAKHE
UBenedict Wallet Vilakazi wabona ilanga mhla ziyi-6
kuMasingana ngo-1906 endaweni yaseGroutville
Wathola igama lokumteketisa likaBhambatha
kaMakhwatha ngoba ezalwe ngonyaka wempi
kaKhandampondo ka-1906 eyayiholwa yinkosi
uBhambatha KaMancinza wakwaZondi
2
UMLANDO
Wafundela ubuthishela eMarianhill waphinde wafundisa
khona. Wabe esedlula efundisa eXobho kanye
nasOhlange.
Waphothula iziqu zakhe ze-BA ne-Unisa ngo-1934.
Ngo-1936 waqashwa ukuba afundise isiZulu eYunivesithi
yaseWits. Ngawo lo nyaka wakwazi ukwenza iziqu ze-BA
Hons.
3
UMLANDO
Ngo-1937 wathola iziqu ze-MA ngomcwaningo wakhe
othi: The conception and development of poetry in Zulu.
Ayibanga mihle iminyaka yawo-1940 empilweni
kaVilakazi: kwashona umfowabo ngo-1940, kwashona
umkakhe uFanny, uMaNxaba ngo-1942.
Nokho wayibamba ngoba ngo-1946 wathola iziqu
zobudokotela ngomcwaningo osihloko sithi: The oral and
written literature in Nguni
UVilakazi washona ngo-1947 eneminyaka enga-40
4
IMISEBENZI YAKHE
UVilakazi wayengumuntu okhuthele. Ube ngumuntu
wokuqala omnyama ukuthola iqhuzu lobudokotela. Ube
ngowokuqala futhi ukufundisa eYunivesithi
yaseWitwatersrand neyayaziwa njengeyunivesithi
yabamhlophe.
Iqoqo lokuqala lezinkondlo zesiZulu liphuma osibeni
lukaVilakazi: Inkondlo KaZulu nelashicilelwa ngo-1935.
Inoveli yakhe ethi Noma Nini yashicilelwa ngo-1935
5
IMISEBENZI YAKHE
Washicilela inoveli lakhe lesibili elithi UDingiswayo
KaJobe ngo-1939, kanti elesithathu elithi Nje Nempela
laphuma ngo-1943. Iqoqo lakhe lesibili lezinkondlo
elithi Amal’ ezulu lalandela ngo-1945.
Omunye umsebenzi obalulekile esiZulwini
yisichazamazwi esithi Zulu-English Dictionary awubhala
ngokubambisana noClement Doke nowashicilelwa ngo-
1948 engasekho emhlabeni.
6
IMISEBENZI YAKHE
Ziningi izimbongi ezithathela kuVilakazi uma zihaya.
Ziningi futhi ezihaya ngale ngwazi, ngisho nanamuhla.
Ezinye zezinkondlo zakhe njengalezi ezithi: “Ma ngificwa
ukufa” kanye nethi “Kwadedangendlale” zaguqulwa
nguSolwazi uMzilikazi Khumbalo zaba yizingoma
zamakwaya ezaduma kakhulu.
7
IMISEBENZI YAKHE
AYEBHALA NGAKHO:
Kukhona izinkondlo zakhe ezikhuluma ngomlando:
“UShaka kaSenzangakhona” (Inkondlo KaZulu)
“Phezu kwethuna likaShaka” (Inkondlo KaZulu)
“NgoMbuyazi eNdondakusuka” (Amal’ ezulu)
“Inkelenkele yakwaXhosa” (Inkondlo KaZulu)
8
IMVELO
Kukhona nezinkondlo
ezikhuluma ngemvelo:
“Impophoma yeVictoria”
(Inkondlo KaZulu)
“KwaDedangendlale” (Amal’
ezulu)
“Inqomfi” (Inkondlo KaZulu)
“Cula ngizwe” (Inkondlo
9
UGQOZI
Ubuye abhale ngezinto ezingabonakali ezifana nogqozi:
“Ugqozi” (Amal’ ezulu)
“Ithongo lokwazi” (Inkondlo KaZulu)
“Umthandazo wembongi” (Amal’ ezulu)
10
UKUFA
Ezinye zezinkondlo zakhe zikhuluma ngokufa:
“Ukufa” (Inkondlo KaZulu)
“Sengiyokholwa-ke” (Inkondlo KaZulu)
“Sengiyakholwa” (Amal’ ezulu)
“Nayaphi?” (Amal’ ezulu)
“Ma ngificwa ukufa” (Inkondlo KaZulu)
11
AMAGUGU
Ezinye zilila ngokulahlekelwa kwabantu abamnyama
amagugu nomcebo wabo:
“Wo, leli Khehla” (Amal’ ezulu)
“Ukhamba lukaSonkomose” (Inkondlo KaZulu)
“Izinsimbi zesonto” (Amal’ ezulu)
12
UBANDLULULO
Izinkondlo ezikhononda ngokubandlululwa komuntu
omnyama ngabamhlophe:
“Wo ngitshele mntanomLungu” (Amal’ ezulu)
“Inyanga” (Amal’ ezulu)
“Ngoba … sewuthi” (Amal’ ezulu)
“Ezinkomponi” (Amal’ ezulu)
“Wena-ke uyothini?” (Inkondlo KaZulu)
13
ISIPHETHO
Eqoqweni lakhe Inkondlo
KaZulu wazama
ukusebenzisa
imvumelwano kwase
kuthi kwelesibili elithi
Amal’ ezulu wayehla le
nqola. 14
IZINKONDLO OKUMELE
UZIFUNDE:
Inkondlo KaZulu:
Ngephasika
Inkelenkele YakwaXhosa
Ukhamba LukaSonkomose
We Moya
Ma ngificwa ukufa
UShaka KaSenzangakhona
Aggrey we-Afrika
Wena-ke uyothini?
Impophoma YeVictoria
15
IZINKONDLO OKUMELE
UZIFUNDE
Amal’ ezulu
Ugqozi
Imfundo ephakeme
Wo, ngitshele mntanomLungu!
Nyanga
Ngoba … sewuthi
Ezinkomponi
16
UKHAMBA LUKASONKOMOSE
Ukhamba LukaSonkomose
Babomkhulu! Angikwazi
Kodwa ngikhuluma nawe,
Ngingenakubona wena
Kodwa ngibon’ amabhena,
Athe kim’ azalwa nguwe,
Anginika lokhu kwazi.
17
Phambi kwami nant’ ukhamba,
Bath’ ukhamb’ olwaludlela
Wena mfo waseMzwangedwa,
Owashiy’ uhamba wedwa
Wakhohlwa nokukhumbula
Okuphethwe lolu khamba.
18
IMPINDAMQONDO
Umqondo wamagama asemgqeni ongenhla uhambisana
nomqondon wamagama asemgqeni ongezansi. Isib.
Ithongo Lokwazi.
Ngabheka phansi eMkambathini wamaXhosa,
Ngabheka phezulu eNtabakusuka yabeSuthu.
19
20
21

Contenu connexe

Tendances

Tendances (20)

Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
 
Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Izibongo zamakhosi
Izibongo zamakhosiIzibongo zamakhosi
Izibongo zamakhosi
 
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
Inkondlo
InkondloInkondlo
Inkondlo
 
Izinkondlo
IzinkondloIzinkondlo
Izinkondlo
 
Imbongi zika zulu
Imbongi zika zuluImbongi zika zulu
Imbongi zika zulu
 
Izibongo zamakhosi
Izibongo zamakhosiIzibongo zamakhosi
Izibongo zamakhosi
 
Imifanekisomqondo
ImifanekisomqondoImifanekisomqondo
Imifanekisomqondo
 
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibekoNDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
 
Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)
 
Sicikoza ngosiba
Sicikoza ngosibaSicikoza ngosiba
Sicikoza ngosiba
 
Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
Ukuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswaUkuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswa
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
 

En vedette (7)

No.134 Uthando Olungummangaliso
No.134 Uthando OlungummangalisoNo.134 Uthando Olungummangaliso
No.134 Uthando Olungummangaliso
 
No.56
No.56No.56
No.56
 
Presentación Jenkins
Presentación JenkinsPresentación Jenkins
Presentación Jenkins
 
Imbongi zalamuhla
Imbongi zalamuhlaImbongi zalamuhla
Imbongi zalamuhla
 
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
 
Imikhakha
ImikhakhaImikhakha
Imikhakha
 

Similaire à Izinkondlo zika bw vilakazi

Traversing the historical and cross cultural boundaries in ahdaf souief's the...
Traversing the historical and cross cultural boundaries in ahdaf souief's the...Traversing the historical and cross cultural boundaries in ahdaf souief's the...
Traversing the historical and cross cultural boundaries in ahdaf souief's the...
Jesullyna Manuel
 
Ewrt 1 c class 13 post qhq araby
 Ewrt 1 c class 13 post qhq araby Ewrt 1 c class 13 post qhq araby
Ewrt 1 c class 13 post qhq araby
jordanlachance
 
Who was cs lewis
Who was cs lewisWho was cs lewis
Who was cs lewis
Tom Oates
 
Mind Games Open Air quiz
Mind Games Open Air quizMind Games Open Air quiz
Mind Games Open Air quiz
mindgames_quiz
 

Similaire à Izinkondlo zika bw vilakazi (20)

4
44
4
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Background of writer chinua achebe
Background of writer chinua achebeBackground of writer chinua achebe
Background of writer chinua achebe
 
Bronislaw malinowski
Bronislaw malinowskiBronislaw malinowski
Bronislaw malinowski
 
Traversing the historical and cross cultural boundaries in ahdaf souief's the...
Traversing the historical and cross cultural boundaries in ahdaf souief's the...Traversing the historical and cross cultural boundaries in ahdaf souief's the...
Traversing the historical and cross cultural boundaries in ahdaf souief's the...
 
Canadian natives ppt
Canadian natives pptCanadian natives ppt
Canadian natives ppt
 
Chinua Achebe by Chelsea Berriochoa
Chinua Achebe by Chelsea BerriochoaChinua Achebe by Chelsea Berriochoa
Chinua Achebe by Chelsea Berriochoa
 
Ewrt 1 c class 13 post qhq araby
 Ewrt 1 c class 13 post qhq araby Ewrt 1 c class 13 post qhq araby
Ewrt 1 c class 13 post qhq araby
 
The study of history (language arts)
The study of history (language arts)The study of history (language arts)
The study of history (language arts)
 
Ewrt 1 c class 13 post qhq araby
 Ewrt 1 c class 13 post qhq araby Ewrt 1 c class 13 post qhq araby
Ewrt 1 c class 13 post qhq araby
 
Ewrt 1 c class 13 post qhq araby
 Ewrt 1 c class 13 post qhq araby Ewrt 1 c class 13 post qhq araby
Ewrt 1 c class 13 post qhq araby
 
Who was cs lewis
Who was cs lewisWho was cs lewis
Who was cs lewis
 
Zora Neale Hurston Essay
Zora Neale Hurston EssayZora Neale Hurston Essay
Zora Neale Hurston Essay
 
Mind Games Open Air quiz
Mind Games Open Air quizMind Games Open Air quiz
Mind Games Open Air quiz
 
Irena Sendler A Woman Of Inspiration Life In A Jar
Irena Sendler A Woman Of Inspiration   Life In A JarIrena Sendler A Woman Of Inspiration   Life In A Jar
Irena Sendler A Woman Of Inspiration Life In A Jar
 
james joyce
james joycejames joyce
james joyce
 
Mind games
Mind gamesMind games
Mind games
 
Henryk Sienkiewicz
Henryk SienkiewiczHenryk Sienkiewicz
Henryk Sienkiewicz
 
Region I - Philippines Ilocos Region
Region I - Philippines Ilocos RegionRegion I - Philippines Ilocos Region
Region I - Philippines Ilocos Region
 

Dernier

Salient Features of India constitution especially power and functions
Salient Features of India constitution especially power and functionsSalient Features of India constitution especially power and functions
Salient Features of India constitution especially power and functions
KarakKing
 

Dernier (20)

Sensory_Experience_and_Emotional_Resonance_in_Gabriel_Okaras_The_Piano_and_Th...
Sensory_Experience_and_Emotional_Resonance_in_Gabriel_Okaras_The_Piano_and_Th...Sensory_Experience_and_Emotional_Resonance_in_Gabriel_Okaras_The_Piano_and_Th...
Sensory_Experience_and_Emotional_Resonance_in_Gabriel_Okaras_The_Piano_and_Th...
 
2024-NATIONAL-LEARNING-CAMP-AND-OTHER.pptx
2024-NATIONAL-LEARNING-CAMP-AND-OTHER.pptx2024-NATIONAL-LEARNING-CAMP-AND-OTHER.pptx
2024-NATIONAL-LEARNING-CAMP-AND-OTHER.pptx
 
General Principles of Intellectual Property: Concepts of Intellectual Proper...
General Principles of Intellectual Property: Concepts of Intellectual  Proper...General Principles of Intellectual Property: Concepts of Intellectual  Proper...
General Principles of Intellectual Property: Concepts of Intellectual Proper...
 
Making communications land - Are they received and understood as intended? we...
Making communications land - Are they received and understood as intended? we...Making communications land - Are they received and understood as intended? we...
Making communications land - Are they received and understood as intended? we...
 
TỔNG ÔN TẬP THI VÀO LỚP 10 MÔN TIẾNG ANH NĂM HỌC 2023 - 2024 CÓ ĐÁP ÁN (NGỮ Â...
TỔNG ÔN TẬP THI VÀO LỚP 10 MÔN TIẾNG ANH NĂM HỌC 2023 - 2024 CÓ ĐÁP ÁN (NGỮ Â...TỔNG ÔN TẬP THI VÀO LỚP 10 MÔN TIẾNG ANH NĂM HỌC 2023 - 2024 CÓ ĐÁP ÁN (NGỮ Â...
TỔNG ÔN TẬP THI VÀO LỚP 10 MÔN TIẾNG ANH NĂM HỌC 2023 - 2024 CÓ ĐÁP ÁN (NGỮ Â...
 
Food safety_Challenges food safety laboratories_.pdf
Food safety_Challenges food safety laboratories_.pdfFood safety_Challenges food safety laboratories_.pdf
Food safety_Challenges food safety laboratories_.pdf
 
How to Create and Manage Wizard in Odoo 17
How to Create and Manage Wizard in Odoo 17How to Create and Manage Wizard in Odoo 17
How to Create and Manage Wizard in Odoo 17
 
How to Manage Global Discount in Odoo 17 POS
How to Manage Global Discount in Odoo 17 POSHow to Manage Global Discount in Odoo 17 POS
How to Manage Global Discount in Odoo 17 POS
 
Graduate Outcomes Presentation Slides - English
Graduate Outcomes Presentation Slides - EnglishGraduate Outcomes Presentation Slides - English
Graduate Outcomes Presentation Slides - English
 
Kodo Millet PPT made by Ghanshyam bairwa college of Agriculture kumher bhara...
Kodo Millet  PPT made by Ghanshyam bairwa college of Agriculture kumher bhara...Kodo Millet  PPT made by Ghanshyam bairwa college of Agriculture kumher bhara...
Kodo Millet PPT made by Ghanshyam bairwa college of Agriculture kumher bhara...
 
HMCS Max Bernays Pre-Deployment Brief (May 2024).pptx
HMCS Max Bernays Pre-Deployment Brief (May 2024).pptxHMCS Max Bernays Pre-Deployment Brief (May 2024).pptx
HMCS Max Bernays Pre-Deployment Brief (May 2024).pptx
 
Salient Features of India constitution especially power and functions
Salient Features of India constitution especially power and functionsSalient Features of India constitution especially power and functions
Salient Features of India constitution especially power and functions
 
Unit-V; Pricing (Pharma Marketing Management).pptx
Unit-V; Pricing (Pharma Marketing Management).pptxUnit-V; Pricing (Pharma Marketing Management).pptx
Unit-V; Pricing (Pharma Marketing Management).pptx
 
Towards a code of practice for AI in AT.pptx
Towards a code of practice for AI in AT.pptxTowards a code of practice for AI in AT.pptx
Towards a code of practice for AI in AT.pptx
 
Micro-Scholarship, What it is, How can it help me.pdf
Micro-Scholarship, What it is, How can it help me.pdfMicro-Scholarship, What it is, How can it help me.pdf
Micro-Scholarship, What it is, How can it help me.pdf
 
REMIFENTANIL: An Ultra short acting opioid.pptx
REMIFENTANIL: An Ultra short acting opioid.pptxREMIFENTANIL: An Ultra short acting opioid.pptx
REMIFENTANIL: An Ultra short acting opioid.pptx
 
Beyond_Borders_Understanding_Anime_and_Manga_Fandom_A_Comprehensive_Audience_...
Beyond_Borders_Understanding_Anime_and_Manga_Fandom_A_Comprehensive_Audience_...Beyond_Borders_Understanding_Anime_and_Manga_Fandom_A_Comprehensive_Audience_...
Beyond_Borders_Understanding_Anime_and_Manga_Fandom_A_Comprehensive_Audience_...
 
Google Gemini An AI Revolution in Education.pptx
Google Gemini An AI Revolution in Education.pptxGoogle Gemini An AI Revolution in Education.pptx
Google Gemini An AI Revolution in Education.pptx
 
Sociology 101 Demonstration of Learning Exhibit
Sociology 101 Demonstration of Learning ExhibitSociology 101 Demonstration of Learning Exhibit
Sociology 101 Demonstration of Learning Exhibit
 
SKILL OF INTRODUCING THE LESSON MICRO SKILLS.pptx
SKILL OF INTRODUCING THE LESSON MICRO SKILLS.pptxSKILL OF INTRODUCING THE LESSON MICRO SKILLS.pptx
SKILL OF INTRODUCING THE LESSON MICRO SKILLS.pptx
 

Izinkondlo zika bw vilakazi

  • 2. UMLANDO NGOKUZALWA KWAKHE UBenedict Wallet Vilakazi wabona ilanga mhla ziyi-6 kuMasingana ngo-1906 endaweni yaseGroutville Wathola igama lokumteketisa likaBhambatha kaMakhwatha ngoba ezalwe ngonyaka wempi kaKhandampondo ka-1906 eyayiholwa yinkosi uBhambatha KaMancinza wakwaZondi 2
  • 3. UMLANDO Wafundela ubuthishela eMarianhill waphinde wafundisa khona. Wabe esedlula efundisa eXobho kanye nasOhlange. Waphothula iziqu zakhe ze-BA ne-Unisa ngo-1934. Ngo-1936 waqashwa ukuba afundise isiZulu eYunivesithi yaseWits. Ngawo lo nyaka wakwazi ukwenza iziqu ze-BA Hons. 3
  • 4. UMLANDO Ngo-1937 wathola iziqu ze-MA ngomcwaningo wakhe othi: The conception and development of poetry in Zulu. Ayibanga mihle iminyaka yawo-1940 empilweni kaVilakazi: kwashona umfowabo ngo-1940, kwashona umkakhe uFanny, uMaNxaba ngo-1942. Nokho wayibamba ngoba ngo-1946 wathola iziqu zobudokotela ngomcwaningo osihloko sithi: The oral and written literature in Nguni UVilakazi washona ngo-1947 eneminyaka enga-40 4
  • 5. IMISEBENZI YAKHE UVilakazi wayengumuntu okhuthele. Ube ngumuntu wokuqala omnyama ukuthola iqhuzu lobudokotela. Ube ngowokuqala futhi ukufundisa eYunivesithi yaseWitwatersrand neyayaziwa njengeyunivesithi yabamhlophe. Iqoqo lokuqala lezinkondlo zesiZulu liphuma osibeni lukaVilakazi: Inkondlo KaZulu nelashicilelwa ngo-1935. Inoveli yakhe ethi Noma Nini yashicilelwa ngo-1935 5
  • 6. IMISEBENZI YAKHE Washicilela inoveli lakhe lesibili elithi UDingiswayo KaJobe ngo-1939, kanti elesithathu elithi Nje Nempela laphuma ngo-1943. Iqoqo lakhe lesibili lezinkondlo elithi Amal’ ezulu lalandela ngo-1945. Omunye umsebenzi obalulekile esiZulwini yisichazamazwi esithi Zulu-English Dictionary awubhala ngokubambisana noClement Doke nowashicilelwa ngo- 1948 engasekho emhlabeni. 6
  • 7. IMISEBENZI YAKHE Ziningi izimbongi ezithathela kuVilakazi uma zihaya. Ziningi futhi ezihaya ngale ngwazi, ngisho nanamuhla. Ezinye zezinkondlo zakhe njengalezi ezithi: “Ma ngificwa ukufa” kanye nethi “Kwadedangendlale” zaguqulwa nguSolwazi uMzilikazi Khumbalo zaba yizingoma zamakwaya ezaduma kakhulu. 7
  • 8. IMISEBENZI YAKHE AYEBHALA NGAKHO: Kukhona izinkondlo zakhe ezikhuluma ngomlando: “UShaka kaSenzangakhona” (Inkondlo KaZulu) “Phezu kwethuna likaShaka” (Inkondlo KaZulu) “NgoMbuyazi eNdondakusuka” (Amal’ ezulu) “Inkelenkele yakwaXhosa” (Inkondlo KaZulu) 8
  • 9. IMVELO Kukhona nezinkondlo ezikhuluma ngemvelo: “Impophoma yeVictoria” (Inkondlo KaZulu) “KwaDedangendlale” (Amal’ ezulu) “Inqomfi” (Inkondlo KaZulu) “Cula ngizwe” (Inkondlo 9
  • 10. UGQOZI Ubuye abhale ngezinto ezingabonakali ezifana nogqozi: “Ugqozi” (Amal’ ezulu) “Ithongo lokwazi” (Inkondlo KaZulu) “Umthandazo wembongi” (Amal’ ezulu) 10
  • 11. UKUFA Ezinye zezinkondlo zakhe zikhuluma ngokufa: “Ukufa” (Inkondlo KaZulu) “Sengiyokholwa-ke” (Inkondlo KaZulu) “Sengiyakholwa” (Amal’ ezulu) “Nayaphi?” (Amal’ ezulu) “Ma ngificwa ukufa” (Inkondlo KaZulu) 11
  • 12. AMAGUGU Ezinye zilila ngokulahlekelwa kwabantu abamnyama amagugu nomcebo wabo: “Wo, leli Khehla” (Amal’ ezulu) “Ukhamba lukaSonkomose” (Inkondlo KaZulu) “Izinsimbi zesonto” (Amal’ ezulu) 12
  • 13. UBANDLULULO Izinkondlo ezikhononda ngokubandlululwa komuntu omnyama ngabamhlophe: “Wo ngitshele mntanomLungu” (Amal’ ezulu) “Inyanga” (Amal’ ezulu) “Ngoba … sewuthi” (Amal’ ezulu) “Ezinkomponi” (Amal’ ezulu) “Wena-ke uyothini?” (Inkondlo KaZulu) 13
  • 14. ISIPHETHO Eqoqweni lakhe Inkondlo KaZulu wazama ukusebenzisa imvumelwano kwase kuthi kwelesibili elithi Amal’ ezulu wayehla le nqola. 14
  • 15. IZINKONDLO OKUMELE UZIFUNDE: Inkondlo KaZulu: Ngephasika Inkelenkele YakwaXhosa Ukhamba LukaSonkomose We Moya Ma ngificwa ukufa UShaka KaSenzangakhona Aggrey we-Afrika Wena-ke uyothini? Impophoma YeVictoria 15
  • 16. IZINKONDLO OKUMELE UZIFUNDE Amal’ ezulu Ugqozi Imfundo ephakeme Wo, ngitshele mntanomLungu! Nyanga Ngoba … sewuthi Ezinkomponi 16
  • 17. UKHAMBA LUKASONKOMOSE Ukhamba LukaSonkomose Babomkhulu! Angikwazi Kodwa ngikhuluma nawe, Ngingenakubona wena Kodwa ngibon’ amabhena, Athe kim’ azalwa nguwe, Anginika lokhu kwazi. 17
  • 18. Phambi kwami nant’ ukhamba, Bath’ ukhamb’ olwaludlela Wena mfo waseMzwangedwa, Owashiy’ uhamba wedwa Wakhohlwa nokukhumbula Okuphethwe lolu khamba. 18
  • 19. IMPINDAMQONDO Umqondo wamagama asemgqeni ongenhla uhambisana nomqondon wamagama asemgqeni ongezansi. Isib. Ithongo Lokwazi. Ngabheka phansi eMkambathini wamaXhosa, Ngabheka phezulu eNtabakusuka yabeSuthu. 19
  • 20. 20
  • 21. 21